Jump to content

Abantwana

Kubuya ku Wikipedia

Abantwana izingane ezincane ezisakhula ezidinga ukunakekelwa, ukukhuliswa umphakathi noma abazali baziqaphe. Abantwana baqala bebenjengoswana bakhule babe izingane ezidlalayo, zifunda eskoleni, zithola amasiko kanye nezilimi okuyilapho befunda khona ukukhuluma nokuba phakathi kwabantu. Abantwana babhekwa njengezibusiso esivela kukNkulunkulu.[1]

abantwana

Abantwana ubanakekela ngokubathanda, ukubapha ukudla okunempilo, umzali ubheka impilo yabo ngokuba yisa emtholampilo uma begula bayagoma, umzali uyaqinisekisa ukuthi badlile, bagezile, banakekelwa ngemfundo ukuthi bathola imfundo elungile, nasekhaya bayafundiswa kakhulu inhlonipho nokuthi kukhulunywa kanjani nabantu abadala,umtwana kubalulekile ukuthi uma ekhuluma umlalele izinkinga zakhe bafundiswe futhi indlela yokukhuluma.[2]

Abantwana bathanda kakhulu ukudlala nokugijima ukubaphakathi kwabanye abantwana, abantwana bathanda ukudla izinto ezimnandi futhi ezinoshukela abakhathaleli isikali soshukela abawudlayo kuze kukhuze umzali. Abantwana bayathanda ukuthi babukele umabonakude ikakhulukazi lokhu esikubiza ngamakhathuni. Abantwana bayathanda ukunconywa uma benzekahle kuyabathokozisa futhi kubakhuthaze ukthi beqhubeke njalo benze okuhle.[3]

  1. ↑ "Definition of KID". www.merriam-webster.com (in i-English). 2026-09-19. Kulandwe ngomhlaka 2026-09-21.
  2. ↑ "Child care | UNICEF Parenting". www.unicef.org (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-09-21.
  3. ↑ "Multi Life - 7 skills that will make your child happy". multi.life (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-09-21.